1 NGIYAKUDUMISA UMkhululi wam'; Uyagisindisa Ezonweni zam'; Uyangithabisa, Enhliz'yweni yam'; Ngakho ngomdumisa Umkhululi wam'. 2 Nganibambekile Ecaleni lam'; Nganilahlekile Ebubini bam'; Wawusewufile Umphefumlo wam'; Uwuphilisile……
1 KHULUMA kimi, Nkosi Jesu, Ngikhulumis' okwakho name; Mangibafun' abantu bakho Njengawe, nxa belahlekile. 2 Ngisize ungihole, Nkosi, Ngibuyis' abacezukayo; Ngiphiw' ukudla nguwe, Nkosi Ngibaphe……
1 SINGEKUNGCOBE ngamahl' amakha Njengay' uMagdalene ekudumisa Nokho uthando lunjegempepho Malwenyukele kuwena, Nkos'. 2 Kwanga impilo ingaqiniswa Sibaduduza abasidwayo, Sithi ngomusa nangobunene, Sibansondeze kuwena, Nkos'.……
1 NGIGUMHAMBI, Nkosi, Kulelizwe la; Noma kuba-mnadi Kunokhona la. 2 Lihl'eliphezulu Kunaleli la; Alinanhlupheko Lona laphaya. 3 Kepha yen'umhambi Eya laphaya, Makazambathise Ngokumhlophe la. 4Ungihlanzisise,……
1 UNGUMHLOBO wabantwana Okhona le phezulu, Umhlob'ongaphenduki Omiyo yena lo; Eminye imihlobo Ayithembeki yona, Lomhlobo ufanele Igama lakhe le. 2 Bophumula abantwana Abaya le phezulu.……