Menu Close
1 Star2 Stars3 Stars4 Stars5 Stars (No Ratings Yet)
Loading...

UNgenile uNgenile

1 ungenile, ungenile,
Konk' okunye ma kuhambe
!U gcwalise inhliziyo,
Yon' ekade y' ahlukene

2 ungenile, ungenile,
Kwona konke, nyamalala!
Manje kungokwakhe konke,
I ya bus' iNkosi yami

3 Kad' efuna ukungena
Enhliz'yweni,nginga vumi;
Kodwa sengiyi vulile,
I s' i ngen' iNkosi yami

4 ungenile, ungenile,
Zemukile izinsizi.
La ebusa eiNkosi,
Ziyaphela zi ti nya

UNgenile uNgenile