1 INKOSI yethu yinqaba
Iyisihlangu sethu.
Sisizwa yiyo kalokhu
Nangezikhathi zonke.
Inyoka endala
Iyasikhohlisa,
Amacebo ayo
Andil' ezweni lonke.
2 Amandla ethu awakho,
SingInonya olubi,
awa masinyane;
Kodwa simiaswa iNkosi
Imnqoba uSathane.
INkosi enguba?
Ungumthetheleli,
Umninimandl' onke,
INkosi yamabadla.
3 Khath'izwe lonke ligcwele
OSathane bodwana,
Singeke sesabe khona;
Sithemb'iNkosi yethu.
Sonqoba nempela,
Angasenzani na
Umbusi wezwe lo?
Ungolahliweyo,
Uwiswa izwi lodwa.
4 Neszwi leli elikhulu
Bangeke balithinthe;
Khanti behlupha kakhulu,
Umuntu bemaphuca,
Umkakhe nomzimba;
Asilutho lokhu
INkosi inathi.
Umbusoungowethu.