Menu Close

Kwehl' Ubani' Ukuza La

Ratings:
1 Star2 Stars3 Stars4 Stars5 Stars (No Ratings Yet)
Loading...

1 KWEHL' ubani ukuza la?
UMsindis' uJesu;
Wehla engumntwana-nje?
UMsindisi uJesu.

Refrain:
Vumanini, bandla,
Nimdumis' uJesu
Nant' uthando! Muhle
UMsindisi wethu.

2 Yen' owabethelw' uba?
UMsindis' uJesu,
Kwash' ubani, Kholwa-nje?
UMsindis' uJesu. – Refrain

3 Osithethel'uba?
UMsindis' uJesu.
Osikhulumel' uba?
UMsindis' Ujesu. – Refrain

4 Osenobukhos' uba?
UMsindis' uJesu
Osikhulumel' uba?
UMsindis' uJesu. – Refrain

5 Wobuyela futhi la?
Yebo, Washo njalo
Nathi soba-naye na?
Yebo, washo njalo. – Refrain

Kwehl' Ubani' Ukuza La