Menu Close
1 Star2 Stars3 Stars4 Stars5 Stars (No Ratings Yet)
Loading...

Kaloku, Moya, Woza

1 KALOKHU, Moya, woza,
Fika phakathi kwethu;
Ngamandla uzivuse
Izinhliziyo zethu.
Ngesinye isikhathi
Abantu baphenduka,
UMoya Waba-nathi,
Nangaye sasi busa.

Refrain:
Kalokhu, Moya muhle!
Woza phakathi kwethu;
Ngamandla uzivuse
Izinhliziyo zethu.

2 Sabuya sakukhohlwa
Ukubusiswa kwethu;
UMoya sammukisa
Ngemisebenzi yethu.
Izinhliziyo zethu
Zikhala ngobuhlungu;
Yekel' icala lethu
Ugcine umphefumlo. – Refrain

Kaloku, Moya, Woza