Menu Close

Ishetsh I dlul Imihla Yam

Ratings:
1 Star2 Stars3 Stars4 Stars5 Stars (No Ratings Yet)
Loading...

1 Ishetsh' i dlul' imihla yam'
Ngamandla andizayo;
Nginge sho kuyo, \ Yima\, qha,
Ngobangingodlulayo.

Refrain: Bakithi,simi ejordan',
Abanye baya wela;
Nenkazimulo laphaya
I citshu ukuwela.

2 Ekumukeni kway' iNkos',
Ya shiya izwi layo
\ Bophani izinkalo nqi,
Zikanye izibane.\
Ref

3 Yebo, ngo boph' ukalo lwam',
Ngiqonde nje phezulu;
Li mnandi, li hl' ikhaya lam'
Phesheya kwa lo mfula. Ref

4 Laphasiphel' amandla nya,
Phesheya so phumula;
Nganeno kuse mnyama nje
Pheshey' inkazimulo. Ref.

Ishetsh I dlul Imihla Yam