Menu Close
1 Star2 Stars3 Stars4 Stars5 Stars (No Ratings Yet)
Loading...

Jesu, Okhanyis' Izizwe

1 JESU, Okhanyis' izizwe!
Uyilanga leqiniso;
Wayiletha insindiso,
Nokuphila, nentabiso.

2 Izwi lakho liyakhanya
Nxa lingena enhliz'yweni;
Liwubhaqa onyaweni,
Ukukhanya endleleni.

3 Wath' ibanndla ukukhanya,
Isibani ebantwini,
Lingumuzi entabeni
Ongehlale, usitheke.

4 Bandla elikhanyisiwe,
Sukanini nikhanyise
Abasasebumnyameni
Ngevangeli loMsindisi

Jesu, Okhanyis' Izizwe