Menu Close

Woza, Thixo Wethu

Ratings:
1 Star2 Stars3 Stars4 Stars5 Stars (No Ratings Yet)
Loading...

1 WOZA, Thixo wethu
O ngamandla ethu
Usisize;
Baba obusayo,
Wena onqobayo,
Wena osizayo,
Usibheke.

2 Jesu, Mbusi wethu,
Nqob' izitha zethu
Uzahlule;
Vez' amandla akho,
Ukuhleng'abakho,
Inhliziyo yabo
Ime kuwe

3 Moya oyiNgcwele,
Woza usihole,
Sibusise;
Uzihlanzisise
'Zinhliziyo zethu;
Ube-phezu kwethu,
Silungise.

4 Nkulunkulu wedwa,
Abathathu 'Munye
Mana njalo!
Ubukhosi bonke,
Naw' amandla onke,
Nal' udumo lonke,
kungokwakho.

Woza, Thixo Wethu