Menu Close
1 Star2 Stars3 Stars4 Stars5 Stars (No Ratings Yet)
Loading...

UJesu UsaBiza

1 UJesu usabiza
Bonk' aba khatheleyo;
\Zanini no punyuzwa,
Nin' enitwesiweyo;
Zanini kimi nonke,
Nina enikhalayo;
Ngo ni khulula nonke,
Nina enibotshwayo.

Refrain: – \ Zanini eni khatheleyo,
Zanini enitwesiweyo.

2 \ Zanini ekudleni,
Nin' enilambileyo;
Zanini emanzini,
Nani enomileyo.
Zanini ni sondele,
Nonke enivumayo;
Nginge ze ngamalela
Noyedwa ofunayo.\- Refrain.

UJesu UsaBiza