Menu Close

Vumelani abantwana

Ratings:
1 Star2 Stars3 Stars4 Stars5 Stars (No Ratings Yet)
Loading...

1 Vumelani abantwana
Beze otandweni lwami;
Ningabanqabeli bona
bangen' embusweni wami.\

2 Jesu, wena Washo njalo
Kubo abafundi bakho;
Ngakhosize nabantwana,
Sicel' ubusiso lwakho.

3 Namp' abantwana bethu,
Sibanike, Nkosi, kuwe;
Mabamkelwe, bab' abakho,
bakanyiswe kahle nguwe.

Vumelani abantwana