Menu Close

Jesu, Siyabheka Kuwe

Ratings:
1 Star2 Stars3 Stars4 Stars5 Stars (No Ratings Yet)
Loading...

1 JESU, siyabheka kuwe,
Sibuthene ngawe lapha;
Vel' obala kithi sonke,
Sikubon' ukub' ukhona.

2 Hlambulula ngaphakhathi,
Phefumul' uMoya wakho,
Ngen' uzinze kithi sonke,
Usabele ukuphila.
3 Mawusenze siphelele,
Sifanele ubungcwele,
Size sime phambi kwakho,
Sibe-naw' ebukhosini.

Jesu, Siyabheka Kuwe