Menu Close

Baba wethu Ungibheke

Ratings:
1 Star2 Stars3 Stars4 Stars5 Stars (No Ratings Yet)
Loading...

1 BABA wethu,ungibheke,
Yizwa umthandazo wam;
Awuthadi ngibhujiswe,
Susa zonk'izono zan'.
Ngangizonda izwi lakho,
Ngangithand'izono zam;
Ngedelil' uMoya wakho,
Ngenza okwentando yam'.

2 Nginezono eziningi,
Ngithwesiw'icala lam';
Wongisiza,ngingumdingi,
Ngiyekel' ukhona kwam'.
Ungisize ngiphenduke,
Ngizishiy' izono zam;
Ngiwufun'umbuso wakho,
Kusindisw'umoya wam.

Baba wethu Ungibheke