Menu Close

UVukil' UJesu Namhla

Ratings:
1 Star2 Stars3 Stars4 Stars5 Stars (No Ratings Yet)
Loading...

1 UVUKIL' uJesu namhla, Aleluya!
Usesinqobele thina, Aleluya!
Wafa kanye ngenxa yethu, Aleluya!
Usihlawulele njalo, Aleluya!

2 Asibonge kuye njalo, Aleluya!
OyiNkosi yaphakade, Aleluya!
Wahluphek' onqamlezweni,
Aleluya!
Wangeniswa ethuneni, Aleluya!

3 Kodwa ahlupheka ngakho,
Aleluya!
Sekusizuzel' ubomi, Aleluya!
UyiNkosi ye' ngelosi Aleluya!
Ezimbonga njalo, zithi, Aleluya!

UVukil' UJesu Namhla