Menu Close

Jesu Ngiyakuthanda

Ratings:
1 Star2 Stars3 Stars4 Stars5 Stars (5 rating, 1 votes)
Loading...

1 JESU,ngiyakuthanda,ngiyaz' ungowami,
Sengishiy' izono nokwenama kwezwe;
Muhleng'onomusa,O Msindisi wami,
Inxa ngakuthanda kukhulu manjena.

2 Ngikuthanda ngokuba usungithadile;
Wangihlwawulela ezonweni zami;
Ngothando wathwala umqhele wameva,
Inxa ngakuthanda,kukhulu manjena.

3 Ngokuthanda ngikhona,nokuba sengifa,
Ngobonge selokhu ngihamb' emhlabeni;
Ngiyoth'ekufeni komzimba lo wami,
Inxa ngakuthanda,kakhulu manjena.

4 Khona ezigodlwenizeNkosi yezulu,
Ngomtusa ekhaya elimi phakade;
Ngohuba nomqhele ekhanda Kimina,
Inxa ngakuthanda,kukhulu manjena.

Jesu Ngiyakuthanda