Menu Close
(4 rating, 1 votes)

Ezintabeni Ngiyophakamisa

1 EZINTABENI ngiyophakamisa Amehlo ami. Ukusiza lapho
Kuyovelaphi? E Jehova, siza,
Owenz' izulu naw' umhlaba.

2 Unyawo lwakho alungasheleli.
Okuthandayo akayikozela.
Bheka-ke, yena ogcina ulsraeli
Anakulala nokozela.

3 UMlondolozi wakho nguJehova,
Umthunzi wakho
ngakwesokunene;
Emini alinakushay' ilanga,
Nasebusuk' inyang' imnene.

4 uyakugcina ebubini bonke,
Umphefumulo wakho
awuphase;
Uyakulonda ukuphuma kwakho,
Nakh' ukungena naphakhade.

Ezintabeni Ngiyophakamisa