Menu Close

Buya, mphefumulo wami ukubuya

Ratings:
1 Star2 Stars3 Stars4 Stars5 Stars (No Ratings Yet)
Loading...

1 BUYA, mphefumulo wami
Yiza maanje eNkosini
Buya namhla ezonweni
Mawungayi ekufeni; Buya mphefumulo wami
2 Khala mphefumulo wami!
Khala ngaz' izono zakho
Zonke izono zilihlazo
Nokho mina ngingonazo, khala, mphefumulo wami
3 Shesha mhefumulo wami!
Yiza manje kumkhululi
Vuma zonke izono kuye
Zonke zihlagulwa nguye, Shesha mphefumulo wami
4 Themba, mphefumulo wami!
Kholwa manje eNkosini
Yeza yona emhlabeni
Ngize ngiye ezulwini, Themba mphefumulo wami
5 Vuma, mphefumulo wami
Kowazinikela ngawe
Weza yena wakufela
Manje usekuhlalele, Vuma mphefumulo wami

Buya, mphefumulo wami ukubuya