1 KUKHON' intaba engaphandle kweJerusalema;
INkosi yethu yafa khon' ukuze
sisindiswe.
Thin' asinakho ukuyazi
Inhlupheko yayo;
Sikholw' ukuthi yabethelwa, yafa
Ngenxa yethu.
2 Yathand' ukuba sifumane
Ukuthethelelwa
Silunge siye ezulwini; ngakho
Yasophela.
Omunye wayengekho wokuhla-
wulel' abantu,
UJesu yedwa wafa nokusivulel'
Izulu.
3 O, wasithanda, wasithanda,
Nathi masimthandel
Sethemb' igazi lakhe, sihambis'
okwakhe njalo.
Kukhon' intaba engaphandle
Kwe-Jerusalema
INkosi yethu yafa khon' ukuze
Sisindiswe.