Menu Close

Baba SesiBusisiwe

Ratings:
1 Star2 Stars3 Stars4 Stars5 Stars (5 rating, 1 votes)
Loading...

1 Baba, sesibusisiwe
Ngalo izwi lakho;
Sa fundiswa,sakanyiswa
Ngokukanya kwakho.

2 Ngakho siya bakhumbula
Abasezonweni;
baya dinga, be hlupheka,
basebumnyameni.

3 Lapha siya yi nikela
Im'nikelo yethu;
Mayi hambe, yi kanyise
Izihlobo zethu.

4 Baba, ma ukwamukele
Esikunikayo;
Ukupate, ubusise
Abasadingayo.

Baba SesiBusisiwe