Menu Close

UJehova Ungumoya

Ratings:
1 Star2 Stars3 Stars4 Stars5 Stars (No Ratings Yet)
Loading...

1 UJEHOVA ungumoya,
Siyaziwa nguye;
Singemboe,nokho konke
Kusobala kuye.

2 Uyazaz'izinhliziyo
Zabamdumisayo;
Akathandi umthandazo
Wabazenzizayo.

3 Ngakho masihole kahle
Ukuhamba kwethu;
Sizikhulekele kuye
Ngenhliziyo yethu.

4 Masithobe phambi kwakhe
Ngeqiniso lodwa;
Siqaphele,singamkhonzi,
Ngezindebe zodwa.

UJehova Ungumoya