Menu Close

NginoMsindisi

Ratings:
1 Star2 Stars3 Stars4 Stars5 Stars (No Ratings Yet)
Loading...

I am praying for you

1 NGINOMSINDISI, Uyangikhalela,
Umhlobo omkhulu emhlabeni;
Namanje ngesisa ungihlalele;
Sengathi angaba-owakho.

Refrain
Ngikuthandazela,
ngikuthandazela,
Ngikuthandazela ukuba uphile.

2 Nginay' uBaba, waingipha ithemba,
Ithemba elihle, aliphuthi.
Uyakungabizela lona phezulu
Kunga engaba-khona futhi.

3 Nginay' ingubo ekhazimulayo,
Ibekiwe , yongimangalisa.
Sengathi ingaba-ikhona neyakho,
Sengathi ingakwenelisa.

4 Nginokuthula, kufana nomfula,
Kulomhlaba akunakutholwa.
KuMsindisi wami, kukuye kuphela;
Kunga ungavum' ukukholwa.

NginoMsindisi