1 Izwi lakhe uJehova
Lilungile lona;
Liyaxotsha ubumnyama,
Linamandla lona.
2 Lona liyasifundisa,
Sinokwazi ngalo;
Izindaba ezinkulu,
Siyazazi ngalo.
3 Lona liyasikhanyisa,
Liilanga lethu;
Lona li yasiqondisa,
Lingumholi wethu.
4 Masilizwe lelilizwi
Silalele lona;
Silibambe,siligcine,
Silithande lona.