Menu Close

Buyake Buyake Wena Owedukayo

Ratings:
1 Star2 Stars3 Stars4 Stars5 Stars (No Ratings Yet)
Loading...

1 Buyake, buyake, wena owedukayo,
Ngob' indlela imnyama, iyihlane, yenile;
Wen' obungukayo, buyela ekhaya.

Refrain: – Buya, buyel' ekhaya

2 Buyake, buyake, ngobasikulindile;
Esangweni sesimi, amatunzi ayehla,
Wen' obungukayo, buyela ekhaya.

3 Buyake, buyake, phuma ezinzizini,
Ezonweni nehiazo, na kumyengi omubi;
Wen' obungukayo, buyela ekhaya.
Refrain.

4 Buyake, buyake,sinokundla, -kuningi,
Buyisana noJesu, wo kwamkela ngomusa;
Wen' obungukayo, buyela ekava.
Refrain.

Buyake Buyake Wena Owedukayo