Menu Close

Singaboni Sinecala

Ratings:
1 Star2 Stars3 Stars4 Stars5 Stars (No Ratings Yet)
Loading...

1 SINGABONI, sinecala
Kuwe, Nkosi, Thixo wethu.
Simbongoza, siyakhala
Phasi kwaz' izono zethu.

2 Besinjalo ngendabuko,
Kwasekuzalweni kwethu;
Nakh' okubi salandela
Yonke iminyaka yethu.

3 Yethi inhliziyo yethu,
Inensila nobumnyama;
Senza imikhuba yethu
Yenkanuko le, yenyama.

4 Kepha namhla siyabheka
Kuwe, Nkosi, usisize;
Siyethemba sikhuleka,
Kuwe,Nkosi,sisindise.

Singaboni Sinecala