1 Khay' elihle, khaya lami,
Mangingene esangweni;
Mangiziphumuze kuwe,
Khay' elihle, khaya lam'!
2 Kade ngangizulazula,
Nginga bon' ubuhle bakho;
Sengifuna ngokufisa
Ngikubone, khaya lam'!
3 kunenhlanhla kuwe, khaya'
A lu seko ulusizi;
I'nyembezi zi ya sulwa
Kay' elihle, khaya lam'!
4 Aba lambi abakithi,
A basomi, aba sweli;
Ba yaluswa OiMvana,
Se be kuwe, khaya lam'.
5 Sengiyezwa ubumnandi
Obu vela kuwe, khaya.
Ngizo ngena masinyane,
Khay' elihle, khaya lam'!