Menu Close

Umi Khon Emnyango Jesu

Ratings:
1 Star2 Stars3 Stars4 Stars5 Stars (No Ratings Yet)
Loading...

Iculo Le 269

1 UMI khon' emnyango, Jesu,
Ungqogqotha khona;
Ungqongqotha ngezwi lakho,
Masilizwe ona.

2 Jesu , zonk' izinhliziyo
Ziwumnyango lowo;
Usibiza ngezwi lakho,
Masikuvulele.

3 Masivume, silalele,
Sizwe izwi lakho.
Vul' izinhliziyo zethu
Sikwakele ngazo.

4 Ukuvuma nokuvula
Singaphiwa nguwe;
Lawamandla okuvula
Siwacela kuwe.

Umi Khon Emnyango Jesu