Menu Close

Udumo Nenhlonipho

Ratings:
1 Star2 Stars3 Stars4 Stars5 Stars (No Ratings Yet)
Loading...

1 UDUMO nenhlonipho
Kuy' uMkhululi;
Kuyena ozingane
Zamhalalisa.
Abantu bakwaJuda
Bendlal' isundu,
Nezindumiso zakho
Ziphambi kwakho.

2 Unguye uMesiya,
UngokaDavide,
Ozayo ngal' igama
LeNkosi engcwele.
Kwath' ungakabethelwa.
Bakudumisa;
Kuwe osuphakeme
Sihlabelela.

3 Iviyo laphezulu
Likudumisa,
Nabantu ne'nto zonke
Zivuma kanye.
Udumo nenhlonipho
Kuy' uMkhululi;
Kuyena ozingane
Zamhalalisa.

5 Bhek'icala lihlawulwe
Ngobuhlungu bakhe;
Nakithina uZwakele
Lowomusa wakhe.

Udumo Nenhlonipho