1 NGINGUMHAMBI, ngingumfokazi,
Ngisahlezi lapha umzuzwananje;
Ungangithiyi,ngoba ngiqonda
Emifuleni enokuphila.
Refrain
Ngingumhabi,ngingumfokazi,
Ngisahlezi lapha umzuzwanje.
2 Ngiyabheke,ngifuna izwe,
Laph'ilanga lizokhanya njalo!
Ezweni lapha kumnyama khona,
Ngiyadukiswa,ngiyadiniswa!
Refrain
3 Kulelozwe engiya kulo,
Ukukhanya kwalo kunguJesu!
Azikh'izono nezinyembezi,
Akukh'ukufanokuhlupheka!Refrain