Menu Close
1 Star2 Stars3 Stars4 Stars5 Stars (No Ratings Yet)
Loading...

UKUZALWA KOMSINDISI

1 Le,emzin'eBetlehema
Wayezalwa uMsindisi,
Lawabekwa emkhombeni,
Ngombumpofu nalusizi;
Abomhlaba bameyisa,
'Zingelosi zamdumisa.

2 Wayevela ezulwini,
EyiNkosi yakho khonke,
Kepha wayezithobisa
Phansi ngenxa yethu sonke.
Ungowethu thin'abantu,
USindiso lwethu,nantu.

3 Wayezalwa engumntwana,
Aze azweiane nathi,
Waba nobuthakathaka,
Ezwa nobuthakathaka;
Nasentokozweni ngathi;
Ungumhlanganyeli wethu.

4 Soyibona ezulwi,
'Nkosi enomus'ongaka;
Owembath' ubuntu bethu,
Usisiza,esinaka.
Ezulwini.Hosiyana!

5 Khona sizombon'uJESU,
Esebukhosini bakhe,
Edunyiswa lonk'izulu,
Liluhub'udumo lwakhe.
Khona sohlangana,bandla,
Ngom'sa wakhe onamadla.

UKUZALWA KOMSINDISI