1 Kuyinsindiso inye,
Igama linye nalo;
Isisekelo sinye,
UJesu nguye njalo.
Alikh'eliny'igama,
Esingala nokuphela;
Kuqala nokuphela,
UJesu nguye njalo.
2 Isango linye nalo'
Esivulelwa lona;
Kungumhlatshelo munye
Ohlawulel'ukona.
3 Khulis'udumo lwalo,
E,bafo nabodade!
UJesu nguye njalo.
Namanje naphakade.