Menu Close
1 Star2 Stars3 Stars4 Stars5 Stars (No Ratings Yet)
Loading...

INDABA EMNANDI

1 Imnandi indaba kaJesu,
UMsindisi wabantu nomami;
Owez' ezofela izoni,
Bongani, ngizobonga nami.

Indaba emangalisayo;
Ayikho emnandi kunayo
Ngoyiland' ezulwini,
Lendaba emnandi,
Ngimbhek' uMsindisi' ebu-
sweni.

2 Wafika evel' ezulwini,
Wasithenga ngelakhe igazi;
Az' asikhulule ekufeni,
Impel' , ukubong' asikwazi.

3 Lomusa ngumfula omkhulu,
kululwandle lothando lwakhe;
Senganelisiwe kakhulu
Ukungisindisa kwakhe.

INDABA EMNANDI