Menu Close
1 Star2 Stars3 Stars4 Stars5 Stars (No Ratings Yet)
Loading...

UMALUSI OMUHLE

1 Woza,Malus'omuhle,
Walus'izimvu zakho,
Uzikhombis'okuhle
Emadlelweni akho.
Ziyise emthonjeni,
Ziphuze emfuleni
Amanzi okuphila.

2 Lukhul'uthando lwakho;
Lungangolwandle lona;
Wanik'umzimba wakho,
Kuhlawulel'ukona.
Sihole endleleni,
Sikulandel'eduze……..

3 Vul'izindlebe zethu,
Silizwe izwi lakho.
Vus'inhliziyo yethu,
Siland' unyawo lwakho
Sifune nxa sizula,
Usiwelis' umfula,
Sifike ezulwini,

UMALUSI OMUHLE