1 Sitholil'uMhlob'omkhulu,
Owavela ngaphezulu,
Uyalaz'igama lakhe yini na?
LinguJesu,mninimusa;
Washo khub'ababekuza:
\Ningabanqebel'ukuza kimi,
\Mbus'wezul'owabantwana.
Nant'iculu,lihle,hle!
Ngingamshiy'uJsu na?
Ngiyokhonz'ukona,qha!
Ngiyathada lowombus'omu-
hle le.
2 Abantwana wabaphatha,
Ebathand'ebasingatha,
Iph'iNkosi enomus'ongaka na?
Wababek'izandla zakhe,
Ebabel'uqobo lwakhe,,
Bangebhubhe abaphathwa nguye,
qha!
3 UMalusi weth'omuhle,
Uyasipha konk'okuhle,
Nani anithand'ukuza kuye na?
Yena wobagcin'uqobo lwakhe,
Bangebhubhe abaphathwa nguye,
qha!