Menu Close
1 Star2 Stars3 Stars4 Stars5 Stars (No Ratings Yet)
Loading...

SENGIKHISHIWE ODAKENI

1 Ngangibhajiwe odaken',
Ngicish'ukufa ezonwen'.
Manje sengimi edwalen'
Elingujesu,Nkosi.

Sengikhishiwe odaken',
Sengikhishiwe ezonwen',
Ngibonga,ngini edwalen',
Ngomusa nje ngisedwalen'.

2 Ungikhiphile osizin',,
Sengisusiwe ebbubin',
Ngingenisiwe ebomin',
Ngomusa wakho,Nkosi.

3 Wezinikela ekufen',
Wahlushwa esiphambanwen'.
Izipikili ezandlen',
Nasenyaweni,Nkosi.

4 Mangime ekuthembeken',
Ngikhuthazele endlelen'
Kuze kube sekuphelen',
Ngamandla akho,Nkosi.

SENGIKHISHIWE ODAKENI