Menu Close
1 Star2 Stars3 Stars4 Stars5 Stars (5 rating, 1 votes)
Loading...

WABANI YIZWA

1 Webani,yizw'indaba yami:
Ngangisekulahleken',
Kodwa wehlauMlengi wami,
Wangikhipa ekufen'.

2 LoMhlengi ungubani na?
NguJes',amukh' omunye,qha!
Wenzani na?Wehlawafa
Uphi namhla?Wavuka,ha!
Usesimel'ezulwini.

3 Lendaba isahamba njalo,
Ivus'abasekufen',
Yebo,ivez'imvuselelo,
Isiqhuba endlelen'.

4 Wena-ke,woz'uzinikele
Usabizwa,vuma he!
Nawe uthole nans'nhlahla,
Usindiswe namhlanje.

WABANI YIZWA