Menu Close
1 Star2 Stars3 Stars4 Stars5 Stars (5 rating, 1 votes)
Loading...

IGAMA LIKAJESU

1 Ngazo zonk' izinsuku,
Yebo,zonk'izinsuku;
Ngizolibonga,Nkosi yam',
Elakho igama.

2 Qha,ngingeze ngipheze,
Ngolibonga ngifeze;
Ngizolibonga,Nkosi yam',
Elakho igama.

3 Awu,limnandi,lingcwele,
Enhliz'weni ligcwele;
Ngizolibonga,Nkosi yam',
Elakho igama.

4 UyiNkosi yezulu,
Uphakeme kakhulu;
Ngizolibonga,Nkosi yam',
Elakho igama

5 Wazithobisa wena,
Weza wabayiMvana;
Ngizolibonga,Nkosi yam',
Elakho igama.

6 Wazithwala izono,
Woza,we-bani,shono;
Ngizolibonga,Nkosi yam',
Elakho igama.

IGAMA LIKAJESU