Menu Close
1 Star2 Stars3 Stars4 Stars5 Stars (5 rating, 1 votes)
Loading...

Hlengiwe

Hlengiwe – Limnandi lelizwi
Hlengiwe ngegazi leMvana
Hlengiwe ngomusa nothando
Ngenziwe sengaba umntwana.

Chorus

Hlengiwe, hlengiwe
Hlengiwe ngegazi leMvana
Hlengiwe, hlengiwe
Ngenziwe sengaba umntwana.

Hlengiwe – O yek'intokozo
Ulimi lungephumisele
Lokh'engikuzwayo enhlizweni
Kumnandi, kumnandi, igcwele!

Chorus

Ngimkhumbul' uJesu uMhlengi
Ngimkhumbul' amalanga onke
Ngihuba ngihamb'endleleni
Ihubo lezinsuku zonke.

Chorus

Ngiyazi ngombona masinya
Ishilo kanjalo iNkosi
Nxa eselilanda ibandla
O, yek' ubukhul' ubukhosi.

Chorus

Ngiyazi ikhona nem'qhele
Eyibabekele abayo
Izowaqhelis' amaqhawe
Ngosuk'olukhul'oluzayo.

Hlengiwe