1 Wena Ongohluphekayo,
Woza kimi!
Wena Oogotwesiweyo,
Woza kimi!
Li tabat' ijokwe lami,
MauThwal' umThwalo wami
.
2 Li tambil' ijokwe lami,
W'o/a kimi!
Ululan' umThwalo wami,
Woza kimi!
Ngitobile, funda kimi,
Nawe wo punyuzwa imi.
3nginomusa nobunene,
Woza kimi!
Nga kuthanda ekufeni,
Woza kimi!
Nga li Thwal' icala lakho,
Ngo yekel' izono zakho.
4 Ngo kupata emhlabeni,
Woza kimi!
Ngo kusiza ekufeni,
Woza kimi!
Emva wo busiswa nami
Embuswen' omkulu wami.
