1 Ingelosi ziyagwaba phambi kway' iNkosi.
Izingubu ziyakhala, zonke, zaiyeki.
Izinkulungwane ziyayidumisa iNkosi.
2 Wena, ongenakubonwa ngaw' amehlo ethu,
Konje, uyanakha ukugwaba kwethu zoni?
Konje, useduze nathi? uyasizwa:He, yebo.
3 Namhla, Nkulunkulu, siyaleth' okwethu kuwe;
Siyakhala, ukwamkele noma kunganele
Inhliziyo, naz' izanndla, nezwi Lethu,He, konke.
