Menu Close
1 Star2 Stars3 Stars4 Stars5 Stars (No Ratings Yet)
Loading...

IKHAYA ELIHLE

1 Yek'ikhaya elihle nantiya!
Silibona ngamehl'enhliziyo.
Masinyane siyakulishiya
Izwe elingajabulisiyo.

Khaya lam',lihle hle,
Ngaphesheya kwethuna ngale!
Khaya lam',lihle hle,
Ngaphesheya kwethuna ngale!

2 Sizombona uJesu phezulu,
Nabalwile,benqobe ukona,
Basilangazelela kakhulu.
Ngokukholwa sesiyababona.

3 Bonke abanethemb'elinjalo,
Bayazihlambulula impela;
Bayalahla izono nen'thwalo,
Nakho konk'okbabambezela.

4 NgoMsindisi owasifelayo,
Singangena ekhaya phezulu,
THINA SONKE ESIMHLANDELAYO,
Siyothol'intokozo enkulu.
1 Yek'ikhaya elihle nantiya!
Silibona ngamehl'enhliziyo.
Masinyane siyakulishiya
Izwe elingajabulisiyo.

Khaya lam',lihle hle,
Ngaphesheya kwethuna ngale!
Khaya lam',lihle hle,
Ngaphesheya kwethuna ngale!

2 Sizombona uJesu phezulu,
Nabalwile,benqobe ukona,
Basilangazelela kakhulu.
Ngokukholwa sesiyababona.

3 Bonke abanethemb'elinjalo,
Bayazihlambulula impela;
Bayalahla izono nen'thwalo,
Nakho konk'okbabambezela.

4 NgoMsindisi owasifelayo,
Singangena ekhaya phezulu,
THINA SONKE ESIMHLANDELAYO,
Siyothol'intokozo enkulu.

IKHAYA ELIHLE