Iculo Le 78
1. Enhliziyweni yami, thulisa, Jesu la,
uMoy’ ogubhuzayo, kuthule kuthi nya.
Lapho sibhodl’ isitha, kushon’ umoya wam’.
Ungikhumbule, Nkosi, ubamb’ izandal zam’.
2. Mangisithezwe, Jesu izandla zakho he,
Umoya wam’ ujike, ubheke kuwe nje.
Ikhona ngokunqoba okubi konke nya,
Naz’ izilingo zonke ezingihaqa la.
4. Masinya ngobakhona noJesu Nkosi yam’
Ngizothi, kunganele, ngimbon’ uMyeni wam’,
Nenkazimulo yakhe nobuhle buthi pha,
Ngizoba ngikhohliwe izinhlupheko la.


(13 rating, 4 votes)