1 Uthando lwakho, Nkosi, lu ya bonakhala
Nga lokukundla kwakho okungcwele;
Mabeze bonk' abantu bezw' ukuti unomusa.
2 Usiphilise, ma usipe namhlanjena
Ukundla loku, ma usigcwalise;
Njengokudinga kwethu, ma kube kiThina Nkosi.
3 Nkosi, okwakho kungukundla kwokuphila,
Negazi lakho 1' ukulunga kwethu;
Sibusisiwe, Nkosi, nxasikukhumbula njalo.
4 Ma ube nathi, usijabulise, Nkosi,
Ngamandla akho, ma usiqinise;
khonake kwo ti,sikufakazele kahle, Nkosi
5 Vusa izinhliziyo zahakiti. Nkosi,
Ukuze bathi, bakwamkele bonke;
Mabasindiswe, beze badle kanye nathi lapha.
6 kumnandi kithi konke lokhu, Baba, Nfkosi,
O s' usenzele khona ngay' uJesu;
kuyo banini Lapho Thina so bhekana nawe
