Iculo Le 291
1 Nang' uJesu! nang' uJesu!
Yiza kuye manje;
Manje yiza kuye,
Yiza kuye manje.
2 Wo sindiswa, wo sindiswa,
Wo sindiswa manje,
Manje wo sindiswa,
Yiza kuye manje.
3 U namandla, u namandla,
U namandla manje,
Manje u namandla,
Yiza kuye manje.
4 U ya vuma, u ya vuma,
U ya vuma manje,
Manje u ya vuma,
Yiza kuye manje.
5 Cela kuye, cela kuye,
Cela kuye manje,
Manje cela kuye,
Yiza kuye manje.
6 U ya kuzwa, u ya kuzwa,
U ya kuzwa manje,
Manje u ya kuzwa,
Yiza kuye manje.
7 Wo ku hlanza, wo ku hlanza,
Wo ku hlanza manje,
Manje wo ku hlanza,
Yiza kuye manje.
8 Temba kuye, temba kuye,
Temba kuye manje,
Manje temba kuye,
Yiza kuye manje.
9Wo sindiswa, wo sindiswa,
Wo sindiswa manje,
Manje wo sindiswa,
Yiza kuye manje.

(4 rating, 1 votes)