Menu Close
1 Star2 Stars3 Stars4 Stars5 Stars (No Ratings Yet)
Loading...

MASOKHELE IZIMHAQA

1 Iyofik'iNkosi yethu,
Icilongo liyobethwa,
Bonk'abantu boyibona,
Namakholwa azokhethwa.

Masokhele iziimbhaqa,
Sihlalel'iNkosi njalo!
Luphelel'uthando lwethu,
Lona luyaxosh'uvalo.

2 Ulungele,ngiyabuza,
Ukumhlangabez'umyeni?
Uyamkhonz,uyamthanda

3 Wena othi ulikholwa,
Mbhal'uzelw' uMiya yini?i
Ufundile,ugqokkile .
Kungesize muntu ndini.

4 Ohlalel'iNkosi yakhe,
Unenhlanhla ngokwepela;
Iyakumqhelis'iNkosi,
Yebo,iyakumklomela.

5 Nkosi,ungcine njalo,
Ngikulinde mhla ubuya,
Ungam'kele ezulwini,
Khona ngosho\Haleluya\!

MASOKHELE IZIMHAQA