1 khumbula ikhaya laphaya,
Kwo bamnandi kakhulu kuna la,
Ba buthen' abangcwele kulona,
Abembet' okumhlop' okuthe qwa!
Laphaya. laphayu,
khumbula ikhaya laphaya,
2 KumbuL' izihlobo laphaya,
Eza hamba za ngena ezulwin';
Se n gwaba igama leUndlu,
Ziphumule zi senjabulwen'.
Laphaya, laphaya,
khumbul' izihlobo laphaya.
3 khumbula uJesu laphaya,
Nabakithi ase be khona le;
Senginas' isizungusakhona,
Sengikhohlwa usizi lwa la.
Laphaya, laphaya,
khumbula uJesu laphaya.
4 Masinya ngo fika laphaya,
Masinyanengibone abam';
Se be fike balinda ekhaya,
Se be linda ngo fikake nam'.
Laphaya, laphaya,
Masinya ngo fika laphaya


(18 rating, 5 votes)