1 Jesu, Musindisi,
Wena wangifela,
Ngenzengikubonge,
Ngenhliziyo yami.
Nxangifund' indaba
Yolusizi hyakho,
Ngenzengizi dabukel'
Izono zam' impela.
2 Sengikwazi Nkosi,
'Kungithanda kwakho,
Ngenzengikubonge,
Ngem' thandazo yami,
Ngifis' ukuhlala,
Lap' ebukhosini,
Ngihingise,ngihlangane
Nawe ezulwini.
