1 Izwe elithokozayo,
Lona leliya,
Eli nabangcwele bodwa
kuleliya;
Nanguya uJesu wami
Nazo izihlobo zami,
Nantiya ikhaya lami,
kuleliya.
2 Laphaya ubuso bonke
Bu ya kanya pa;
khona izingubo zonke
Zimhlope qwa.
Hamba nathisiye khona,
UMsindisisizombona,
Sizo fik' ekhaya khona,
kuleliya.
3 Zanini ezwen' elihle,
Lona leliya,
Nina ni libaleleni,
Mihlobo na?
Sithokoza emhlabeni,
Sizo nqoba ekufeni,
Sizo hlabelel' ezweni,
kuleliya
