1 Nkos', angi khatheleli
Imicebo yonkana;
Ngiyaketa izulu,
Ukungena kulona,
Ngiyathanda igama
Encwadini li lotshwe,
Maungitshele, Jesu,
Ngilotshiwe kuyona.
Refrain: -ngilotshiwe kuyona;
Ngilotshiwe kuyona,
Li lotshiwe elami
Encwadini igama.
2nginezono 'ziningi,
Zinga ngesihlabathi,
Kodw' igaz' elopayo,
Li zanele zonkana:
Ngakho isithemiso
Sonasimisinjalo,
\ Nom' izono zi bomvu,
Ngiyo zenza iqwa.\ Refrain
3 Ngiyalangazelela
Ukungena kuwona
Emuzini ongcwele
Wabahlengwa nguyena.
A kungeni okubi
kungcolisekuwona
La kukhon' ingelosi,
Ngilotshiwe kuyona. Refrain
4 Thina sonkesimenywa
Ukuqonda kuwona.
Sohlangana noKristu
O nguMholi Wakhona;
A sho, ati, \ Ngenani,
Ni dle ifa lobomi
Ba lungiswa uBaba
Li mi kube pakade.\ Refrain

(4 rating, 1 votes)