1 ukhatele, udangele,
Unosizi na?
\ Woza kimi,'' ush' uJesu
Kwabanje.
2 \ Zip' imbavu zingihole
Ngize kuye na? \
Ezandleni, enyaweni,
Zibheke.\
3 \ unomqele wobukosi
Omkombayo na? \
\ Yebo, kodwa, ngawameva
kuyena.\
4 \ Nxa ngimfuna ngimlandela,
Ngo zuzani na? \
\ Izinsizi nobunzima
Nokunje.\
5 \ Nxangibambelela kuye
Ngo tolani na? \
\ Wo phumula eNkosini
Laphaya.\
6 \ Nxa ngimcela angamkele
Uzo ngala na? \
\ Ngek' akwale, qa nakanye,
M theme nje.\
7 \ Nxa ngimthema ngimlandela
Ngo busiswa na? \
\ bathi, ' Yebo,' abangcwrele
Laphaya.\
