Menu Close
1 Star2 Stars3 Stars4 Stars5 Stars (6 rating, 2 votes)
Loading...

SiNgabahambayo Emhlabeni

1 singabahambayo,
Emhlabeni;.
Kepha sinekhaya
Ezulwini
Noma sisahaqwa
Ingozi nosizi
sithi akunjalo
Ezulwini

2 Noma sisabetwa
Isiphepo
Ngenxa yakho,Jesu,
Nkosi yethu,
Isikhathi lesi
Sophela masinya,
Nenhlupeko.

3 Lapho kuMsindisi;
Ezulwini,
Abamlandeleyo
Emhlabeni
Bo phumula naye,
Kanye nabangewele
Nabathandiweyo,
Ezulwini.

4 Thina bakakristu
Emhlabeni,
Sobheka ekhaya
Ezulwini
Sizesidle ifa
Esiliphiweyo
Ifa lokuphila
Ezulwini.

SiNgabahambayo Emhlabeni