Menu Close
1 Star2 Stars3 Stars4 Stars5 Stars (5 rating, 1 votes)
Loading...

Ngingumhambi Emhlabeni

1 NGIGUMHAMBIemhlabeni,
Aphelil'amandla am';
Ngikhathele ukuhamba,
Ngiyafu'ikhaya lam';
Awu,Jehova,
Wena unguMsizi wam'.

2 Ngiphe min'amandla akho,
Phasa umphefumlo wam';
Ungihole endleleni
Eyofik'ekhaya lam';
Mangisheshe
Ngiyofik' ikhaya lam'.

3 Ngiyakufa masinyane,
Ngizoqed'indlela yam;
Ekufeni ungisize,
Ngingasabi, Nkosi yam';
Ezulwini
Uwamkel'umoya wam'

Ngingumhambi Emhlabeni